LYRICS

LYRICS: Sjava – Isoka ft. Q Twins & Mzukulu

Sjava Isoka ft. Q Twins & Mzukulu Mp3 Lyrics

[Chorus: Sjava]
Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay’thanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukung’nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona

[Post-Chorus: Sjava]
Bangak’tshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh’ isoka elingenasici, banomona love
Bangak’tshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh’ isoka elingenasici, banomona ngawe love

[Verse 1: Q Twins]
Vele bashilo ukuthi wena awung’thandi
Ung’thandel’ intozami, vele yimi intozakho
Yilokho abajwaziyo
Ukukhuluma ngezami
Kodwa ezabo angiyingeni, futhi angiyifaki
Ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh
Ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh
Ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh
Ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh

[Chorus: Sjava]
Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay’thanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukung’nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona

[Post-Chorus: Sjava]
Bangak’tshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh’ isoka elingenasici, banomona love
Bangak’tshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh’ isoka elingenasici, banomona ngawe love

[Verse 2: Mzukulu]
Nihambe kabi bafana nasindwa zinyawo
Vele bayokhuluma abantu kodwa amandla abanawo
Ukube iyathunyelwa inhliziyo beng’zoyithumela
Namhlanje ilale ngakuwe (Namhlanje ilale ngakuwe)
Jikelele, jikelele
Jikelele, jikelele
Ngithanda wena wedwa
Jikelele, jikelele
Jikelele, jikelele
Ngithanda wena wedwa

[Chorus: Sjava]
Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay’thanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukung’nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona

[Post-Chorus: Sjava]
Bangak’tshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh’ isoka elingenasici, banomona love
Bangak’tshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh’ isoka elingenasici, banomona ngawe love

chizaram uneze

Recent Posts

NEWS: Boohle breaks down in tears on DJ Cleo’s show at Radio 2000

Boohle breaks down in tears on DJ Cleo’s show at Radio 2000 DJ Cleo finally…

3 hours ago

Mfr Souls & Josiah De Disciple – Spirit Fest Amapiano Mix (Episode 16) [Mp3]

Mfr Souls & Josiah De Disciple Spirit Fest Amapiano Mix (Episode 16) Mp3 Download Mfr…

3 hours ago

Tsebebe Moroke – Turbang Amapiano Mix (May Edition) [Mp3]

Tsebebe Moroke Turbang Amapiano Mix (May Edition) Mp3 Download Tsebebe Moroke with much work and consistency…

3 hours ago

DrummeRTee924, DJ Kaysmart & Drugger Boyz – Utlwaaa 1.0 Ft. DajiggySA [Mp3]

DrummeRTee924, DJ Kaysmart & Drugger Boyz Utlwaaa 1.0 Ft. DajiggySA Mp3 Download DrummeRTee924, DJ Kaysmart…

3 hours ago

SpheraQ – Decades Away [Mp3]

SpheraQ Decades Away Mp3 Download SpheraQ releases this new red hot single which have catapulted…

9 hours ago

SpheraQ & Cruize – Momma’s Groove [Mp3]

SpheraQ & Cruize Momma’s Groove Mp3 Download SpheraQ & Cruize releases this new red hot…

9 hours ago

SpheraQ – Between Us [Mp3]

SpheraQ Between Us Mp3 Download SpheraQ releases this new red hot single which have catapulted…

9 hours ago

SpheraQ – Get Loud [Mp3]

SpheraQ Get Loud Mp3 Download SpheraQ releases this new red hot single which have catapulted…

9 hours ago

SpheraQ – Soulfire [Mp3]

SpheraQ Soulfire Mp3 Download SpheraQ releases this new red hot single which have catapulted with…

9 hours ago