LYRICS: Big Zulu – 150 Bars

Big Zulu – 150 Bars (Ke Hip Hop Dawg)

Big Zulu 150 Bars Mp3 Lyrics

[Intro: Cassper Nyovest, Big Zulu]
(Ke Hip Hop Dawg)
Ayi, shun wenkabi
Ay’ awuthi siyizwe Stallion sekonakele

(Ke Hip Hop Dawg)
Asengenil’amanz’ endlini mfo kaMgule
Ayikho into ezakwenziwa sebebhedile
Ufuseg akabe ufusegi ke manje angeke sisabuyela emuva
Ay khaleke konakele ke maje

[Verse: Big Zulu]
Ay iNkabi Nation manje ngeke ngibingelele
Senizongithola ngaphakathi ngiginga indoda Ingalindele
Ibhekane nenkabi ngeke iphume ingalimele
Ithi izo save i-Hip Hop, iy saver njani nayo iy fele?
Inkabi ingaphakathi ayibingeleli ayisaqoqothi
Umfan’ uyodlala nowabo ushun wenkabi awusatotosi
Ng’ khule iy’nsizwa ziboshiwe kulelizinga asisankonkothi
Nina nijwayel’ iPiano la kusho iHipHop as’kokodi
Woz’ eNkab mawufuna iBeef uzofika itafula lidekiwe
Uhlale wazi may’ ngakuhlula uzophuma ingozi sik’ gqemile
Uthi sibonela kuwe upheth’ iGame, usudakiwe?
Family tree ishlahla sensangu, yin’ engathi usubhemile
Okay angiqale ngawe ngoba ngathi usuya speed-a
Usese mncane Mufasa, kim’ awuhlukile noSimba
Ay’khale may’khala lakim’ akekho ozongithinta
Kule industry sengi Famous ngiwu Nkulunkulu niyangisumisa
Uxolo ma nobaba ang’soze ngathuka i-family
Kuleli hlathi ngiwuthazane ngisadlala nambhubesi
Ngiqinisa abafana sebenomqondo wama thekeni
Ama los [?] i-skinny jean kom Rapper sekunokuvela iphenti
I’m Zulu man with the power angisakhulum ngo Nasty C
I-flow kimi itotal komRapper kukhuphuka i-BP
Akekho ongang’ thinta ningangitseheli ngo Stogie T
IMercedes isentanyeni kodw’ ama Garage aEmtee
Hip Hop iphethwe iNkabi usomaTekisi ithini i-Clock
Nijuthwa iFacebook noTwitter bathi nidumile ko TikTok
Nikhuluma kakhulu ngayhi ninokugqoka iy’kinnyTop
Kukhon’ obhadelewa ukushaywa nikhala kamndand’ njengo Slik Talk
Ubani uStogie T uye wenzani savuka sezwa?
Umkhonto kim usesandleni isdudla ngis’shiya siphethe inxeba
Ngidla amaBars ung’ dlela umona ingulube inginonele
Isdudla sinokufana nebhola, I woundn’t mind ukuk’ khahlela
Kunzima ukufica inkabi bafana sekuyakhuphukela
Sikhipha ama-Hit everyday anofika soncobelela
Bhayiziswa ama-Comment angabe nje niya Concentrater
Ngoba i-Game ibuzwa kim engathi Ku Hip Hop ngiyi Commentator
Nithi uZulu akasaRap, kanti nikhukuma amanga
Ngaqala uk’Rapper nibancane, nanisathi inyam’inama
Indlala ibanga ulaka kant ulaka lubanga indlala
Sinemali eningi siye Duabi 3.7 ukubona intaba
Ngikhuluma lezindaba ngoba akekho engimsabayo
Angibuze ukhona ogolozayo noma nje ongigolombayo
Ngeke nibkekane nami none nje nizingane ey ‘khasayo
Bathi ni-Fly ngibon’ iy’mpiko ngathi nibaningi eniphaphayo
Ngiphendule iRap i Rank ukhona ofuna ukuthini
NgiQasha uCassper noKwesta ntambama ngifuna iCheck-in
Usomatekisi onemali, vele nginemali eningi
I’m ambitious and hungry ngilamba ngidle ama Artist
Ya, ya, yanzima lendaba, inkabi ibulala amajaha
Akekho ongngithinta ngeke umthinte umuntu umsaba
Kwakhala umadala wathi “La kushuni akudlalwa”
Ulambile ufuna i-Beef eNkabi asinayo i-Deal yendlala
Ushuni wenkabi awuncengi, nginiqonda nqo anginicengi
Maningazwanga ukuthi ngithini anosondela nje anginihlebi
Ibhulukw’ i-Stallment alingixegi, indaba yoSkrrSkrr angiyi ngeni
100K performance ningangitsheli ngabo 25K
Hip Hop will die when you say so, you will die when I say so
Kufa kwakho kuyaTrenda ngathi icala lakaSenzo
R.I.P King Pro, Ricky Rick, Makhado
Angidlali when it’s cash time ngakubheka uthola i-K.O
Mina ngiyiNkalatha uShuni Wenkabi Inxakanxaka
Basukele ingadlangadla iskhondlakhondla inyakanyaka
Wena K.O uyiqhakaqhaka, ngakucela iFeature wangishayashaya
Ngakugcina uthatha iz’ngane zeskole wawudume nge Caracara
Wena Stogie T lana asikho e-Overseas naleslungu sakho esingapheli ungaidaleli isphithiphithi
Omunye ngamcela iFeature wathi ngiyabanda ngindikindiki
Bheka manje ubanda mpo wagcina i-Hit nge Tsikitsiki
Bafana nicwela ukuphapha ozongiphendula ngidonsa impama
Ningangitsheli ngesphukuphuku uNota anginaso iskhathi sohlanya
Akaphilile loyo ekhanda angasekela iNkosi yohlanga
Ufuna Beef ngikunika inkomo engakadliwa, ngathi eyentombi yomhlanga
Manje ngisese under ground, Inkabi isakhothwa ngamadlozi
Khuza om’rapper amaGold digger ngisengaba Gubhel’ umgodi
U-AKA no K.O ngagcina nithi ni Runner iJozi
Nigijimaphi ngoba asini boni, kwaphela iComrade maraton
Hip Hop ikude ukufa mangisasekhona
Ikude ukuphupha om’Rapper ngibalalisa phansi sweet dream bakude ukuvuka
Ngi under ground ngikude ukubuya
IFlow imnazi bakude ukuvutha, ngivala
NgamaBars ngeke kuLoot we angiyena uZuma
Sengiqedile nge Old School ngingena Ku New School wena-

Download Mp3